"ngesilinganiso"
9 occurrences in ZUL
Kepha thina asiyikuzibonga ngaphezu kokulinganisa, kodwa ngesilinganiso sendawo esiyisilinganiso asilinganisele sona uNkulunkulu , ukuze sifinyelele nakini.
Ingani enhliziyweni niphehla imisebenzi emibi ; ezweni nilinganisa ngesilinganiso ukudluzula kwezandla zenu.
Wabapha isinkwa sezinyembezi , wabaphuzisa izinyembezi ngesilinganiso esikhulu.
Sinezipho zomusa ezahlukileyo ngokomusa esiwuphiweyo ; uma singesokuprofetha, asiprofethe ngesilinganiso sokukholwa;
Yiphani, khona niyakuphiwa ; bayakunipha esifubeni senu isilinganiso esihle, esigxushiweyo, esigqishiweyo, esichichimayo; ngokuba ngesilinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.
Namanzi uyakuwaphuza ngesilinganiso, inxenye yesithupha yehini, uphuze izikhathi ngezikhathi.
Wathi futhi kimi : Ndodana yomuntu , bheka, ngiyakwaphula uzime lwesinkwa eJerusalema, badle isinkwa ngesilinganiso ngokwesaba , baphuze amanzi ngesilinganiso ngokumangala
Ngaloba incwadi, ngayinamathelisa, ngazifakazisela, ngamlinganisela imali ngesilinganiso.
mangilinganiswe ngesilinganiso esilungileyo , ukuze uNkulunkulu azi ukuphelela kwami.