Skip to Content

"ngezinhlobo"

21 occurrences in ZUL

AmaHubo 144:13

lapho izingobo zethu zigcwele , ziveza izinhlobo ngezinhlobo , nezimvu zethu zizala ngezinkulungwane, yebo, ngezinkulungwane eziyishumi emadlelweni ethu;

UDuteronomi 14:13

nesiphungumangathi, noheshe, nonhloyile ngezinhlobo zakhe,

UDuteronomi 14:14

nawo onke amagwababa ngezinhlobo zawo,

UDuteronomi 14:15

nentshe, nenkovana, nenkanku, noklebe ngezinhlobo zakhe,

UDuteronomi 14:18

nonogolantethe, nonozalizingwenya ngezinhlobo zakh e, noziningweni, nelulwane.

UDuteronomi 22:9

Awuyikutshala is ivini sakho ngezinhlobo ezimbili zembewu , funa zonke izithelo zibe ngezendlu engcwele, imbewu owayitshalayo nezithelo zesivini.

UGenesise 1:11

UNkulunkulu wathi: Umhlaba mawuveze utshani, nemifino ethela imbewu, nemithi yezithelo ethela izithelo ngezinhlobo zayo , ekuyo imbewu yayo , emhlabeni, kwaba njalo.

UGenesise 1:12

Umhlaba wawusuveza utshani nemifino ethela imbewu ngezinhlobo zayo , nemithi ethela izithelo ngezinhlobo z ayo, ekuyo imbewu yayo; uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.

UGenesise 1:21

UNkulunkulu wadala imikhomo emikhulu nezilwane zonke eziphilayo ezihambayo, amanzi agcwala zona ngezinhlobo zazo , nezinyoni zonke ezinamaphiko ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.

UGenesise 1:24

UNkulunkulu wathi: Umhlaba mawuveze izilwane eziphilayo ngezinhlobo zazo, izinkomo, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nezilo zomhlaba ngezinhlobo zazo, kwaba njalo.

UGenesise 1:25

UNkulunkulu wazenza izilo zomhlaba ngezinhlobo zazo , nezinkomo ngezinhlobo zazo , nezilwanyana zonke ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.

UGenesise 6:20

Kuzo izinyoni ngezinhlobo zazo , nakuzo izinkomo ngezinhlobo zazo , nakuzo izilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo kuzakufika kuwe ezimbili zezinhlobo zonke, ziphile.

UGenesise 7:14

bona nazo zonke izilwane ngezinhlobo zazo , nezinkomo zonke ngezinhlobo zazo, nezilwanyana zonke ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo , nezinyoni zonke ngezinhlobo zazo, konke okunamaphiko.

UGenesise 8:19

Zonke izilwane , nazo zonke izilwanyana ezinwabuzelayo , nazo zonke izinyoni, konke okuhamba emhlabeni ngezinhlobo zakho kwaphuma emkhunjini. Umnikelo kaNowa nesithembiso sikaJehova

UHezekeli 47:10

Kuyakuthi kume kuwo abadobi kusukela e -Eni Gedi kuze kube se - Enegelayimi, kube ngokokwenekwa kwamanetha; kuyakuba khona izinhlanzi ngezinhlobo zazo njengezinhlanzi zoLwandle Olukhulu, zibe ziningi kakhulu.

ULevitikusi 11:14

nonhloyile, noheshe ngezinhlobo zakhe,

ULevitikusi 11:15

nawo onke amagwababa ngezinhlobo zawo,

ULevitikusi 11:16

nentshe, nenkovana, nenkanu, noklebe ngezinhlobo zakhe,

ULevitikusi 11:19

nonogolantethe, nonozalizingwenya ngezinhlobo zakhe , noziningweni, nelulwane.

ULevitikusi 11:22

kuzo ningadla lezi : isikhonyane ngezinhlobo zaso, namaboni ngezinhlobo zawo, namadiye ngezinhlobo zawo, nezintethe ngezinhlobo zazo.

ULevitikusi 11:29

Lezi zingcolile kini kuzo izilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni: uchakide, nempuku, noxamu ngezinhlobo zakhe,