Skip to Content

"ngibambe"

3 occurrences in ZUL

IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:8

Ngathi: Ngiyakukhwela esundwini, ngibambe amagatsha alo. Amabele akho mawabe ngamahlukuzo omvini, nephunga lokuphefumula kwakho njengama- apula,

UHezekeli 14:5

ukuze ngibambe indlu yakwa -Israyeli ngenhliziyo yabo , ngokuba bo nke bazahlukanisile nami ngezithombe zabo.

UmShumayeli 2:3

Ngaphenya enhliziyweni yami ukuba ngiyakuthokozisa kanjani umzimba wami ngewayini , inhliziyo ingihole nokho ngokuhlakanipha , nokuba ngibambe ubuwula, ngize ngibone ukuthi kuyini okuhle kumadodana abantu ukuba akwenze phansi kwezulu ezinsukwini zonke zokuphila kwawo.