"ngiyakuqeda"
6 occurrences in ZUL
Ngiyakuqeda ukufutheka kwami kuwe, umhawu wami usuke kuwe , ngibe nokuthula, ngingabe ngisacunuka.
Ngiyakuqeda kuwe ukukhanuka kwakho nobufebe bakho basezweni laseGibithe, ungabe usaphakamisa amehlo akho kubo, ungabe usalikhumbula iGibithe.
Ngiyakuqeda ukukhanuka ezweni , baxwayiswe bonke abesifazane ukuba bangenzi njengokukhanuka kwenu.
Isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Ngiyakuqeda isixuku saseGibith e ngesandla sikaNebukadinesari, inkosi yaseBabele.
Ngokuba mina nginawe , usho uJehova , U kuba ngikusindise , ngokuba ngiyakuqeda ngokupheleley o zonke izizwe engikuhlakazele kuzo , kepha wena angiyikukuqeda , kodwa ngiyakukulay a ngokwahlulela, ngingakwenzi ube ngongenacala.
Ungesabi wena Jakobe , nceku yami , usho uJehova , ngokuba nginawe , ngokuba ngiyakuqeda ngokupheleley o zonke izizwe engikuxoshele kuzo , kepha wena angiyikukuqeda ; kodwa ngiyakukulaya ngokwahlulela , ngingakwenzi ube ngongenacala.