Skip to Content

"ngiyakuza"

4 occurrences in ZUL

1 kwabaseKorinte 16:5

Kepha ngiyakuza kini , nxa sengidabulile iMakedoniya ; ngokuba ngiyakudabula iMakedoniya;

IsAmbulo 3:3

ngakho-ke khumbula ukuthi wamukele wezwa kanjani , kugcine, uphenduke. Ngokuba uma ungalindi , ngiyakuza kuwe njengesela , kawusoze walazi ihora engiyakuza ngalo kuwe.

KwabaseRoma 15:24

ngiyakuza nxa ngiya eSpaniya ; ngokuba ngiyethemba ukuthi ekudluleni kwami ngizakunibona , ngikhashwe yinina , nxa ngiya khona , uma sengike nganeliswa yinina;

U-Eksodusi 20:24

Wongenzela i -altare lomhlabathi , unikele phezu kwalo iminikelo yakho yokushiswa neminikelo yakho yokuthula , izimvu zakho nezinkomo zakho ; ezindaweni zonke lapho ngilenza ukuba likhunjulwe khona igama lami , ngiyakuza kuwe, ngikubusise.