"ngogubhu"
7 occurrences in ZUL
Ngiyakuhlabelela kuwe Nkulunkulu isihlabelelo esisha ; ngogubhu olunezintambo eziyishumi ngiyakukuhubela.
Mdumiseni ngezwi lecilongo, nimdumise ngogubhu nehabhu.
Nakalokhu ikhanda lami lizakuphakam a ngaphezu kwezitha zami ezingihaqileyo; ngizakunikela iminikelo yokwethaba etendeni lakhe , ngihlabelele, ngidumise uJehova ngogubhu.
Bongani uJehova ngehabhu; mdumiseni ngogubhu oluzintambo ziyishumi.
Yikhona nami ngizakububonga ubuqotho bakho , Nkulunkulu wami , ngogubhu lwezintambo ; ngizakukudumisa ngehabhu wena oNgcwele ka - Israyeli.
UJehova, iNkosi yami , ungamandla ami , wenza izinyawo zami zibe njengezezindluzelekazi, angenze ukuba ngihambe ezindaweni zami eziphakemeyo. Kumholi wokuhlabelela. Ngogubhu.
Bheka, uyisihlabelelo esithandekayo sonephimbo elimnandi kubo , obetha kahle ngogubhu, ngokuba bezwa amazwi akho, abawenzi kodwa.