Skip to Content

"ngokufika"

7 occurrences in ZUL

1 kwabaseKorinte 16:17

Ngiyathokoza ngokufika kukaStefana noFortunatu no -Akhayiku, ngokuba bakufezile obekusilele ngakini.

2 kwabaseKorinte 7:6

Nokho uNkulunkulu oduduza abadanileyo usiduduzile thina ngokufika kukaThithu,

2 kwabaseKorinte 7:7

kungabi ngokufika kwakhe kuphela, kodwa nangenduduzo aduduzwa ngayo ngani, esilandisa ngokungilangazelela kwenu , nangokungililela kwenu , nangokungishisekela kwenu, ngaze ngathokoza kakhulu.

KwabaseFilipi 1:26

ukuze ukuzibonga kwenu ngami kuvame kuKristu Jesu ngokufika kwami futhi kini. UPawulu uyabayala ukuba bahambe ngokwevangeli

NgokukaLuka 18:5

nokho-ke ngokuba lo mfelokazi engikhathaza njalo , ngiyakumzwela, funa angizuke ngokufika njalonjalo.

U-Eksodusi 14:27

UMose wayeselula isandla sakhe phezu kolwandle , ulwandle lwabu yela endaweni yalo ngokufika kokusa ; abaseGibithe balubalekela ; uJehova wabathuntuthela abaseGibithe phakathi kolwandle.

UNumeri 33:40

UmKhanani, inkosi yase-Aradi, owahlala eningizimu ezweni laseKhanani, wezwa ngokufika kwabantwana bakwa-Israyeli.