Skip to Content

"ngokumangalisayo"

6 occurrences in ZUL

2 iziKronike 26:15

Wenza eJerusalema imishini eyaqanjwa ngokuhlakanipha ukuba ibe phezu kwemibhoshongo nasezingosini , kuphonswe ngayo imicibisholo namatshe amakhulu. Igama lakhe laphumela ekudeni , ngokuba wasizwa ngokumangalisayo waze waba namandla.

2 iziKronike 2:9

ukungilungisela imithi eminingi , ngokuba indlu engiyakuyakha iyakuba nkulu ngokumangalisayo.

IsiLilo 1:9

Ukungcola kwal o kwakusemaphethelweni alo , alikhumbulanga ukuphela kwalo; lehlile ngokumangalisayo, alinamduduzi. Bheka, Jehova, ukuhlupheka kwami, ngokuba isitha sizikhulisile.

UDaniyeli 8:24

Iyakuba namandla amakhulu, ingenamandla eyokuqala kodwa; iyakuchitha ngokumangalisayo, iphumelele ukukwenza ; iyakuchitha abanamandla nabantu abangcwele.

UJobe 37:5

UNkulunkulu uyaduma ngezwi lakhe ngokumangalisayo ; wenza izinto ezinkulu esingaziqondi.

UJoweli 2:26

Niyakudla nokudla , nisuthe, nilidumise igama likaJehova uNkulunkulu wenu oniphathe ngokumangalisayo; abantu bami abayikujabha kuze kube phakade.