"njengenayile"
5 occurrences in ZUL
U-Amose 8:8
Umhlaba awuyikuqhaqhazela ngalokho, balile bonke abakhileyo kuwo, na? Yebo, uyakukhukhumala wonke njengeNayile , unyakaze, ubuye ubohle njengomfula waseGibithe.
U-Amose 9:5
INkosi uNkulunkulu Sebawot i yiyo ethinta umhlaba , uncibilike, bakhale bonke abakhileyo kuwo ; uyakukhukhumala wonke njengeNayile , ubuye ubohle njengomfula waseGibithe;
U-Isaya 23:10
Dabula izwe lakho njengeNayile , ndodakazi yaseTharishishi ; akusekho bhande.
UJeremiya 46:7
Ngubani lo owenyuka njengeNayile, omanzi akhe agubha njengemifula.
UJeremiya 46:8
IGibithe lenyuka njengeNayile , amanzi alo agubha njengemifula . Lithi: Ngiyakwenyuka, ngisibekele umhlaba; ngiyakuchitha umuzi nabahlala kuwo.