Skip to Content

"njengokhozi"

8 occurrences in ZUL

AmaHubo 103:5

osuthisa ukulangazela kwakho ngokuhle , ubusha bakho bubuyiswe njengokhozi.

IzAga 23:5

Amehlo akho ayandizela kulokho , kepha akusekho , ngokuba kuyazenzela impela amaphiko njengokhozi olundizela ezulwini.

U-Obadiya 1:4

Noma uphakama njengokhozi, kubekwe isidleke sakho phakathi kwezinkanyezi, ngiyakukwehlisa khona, usho uJehova.

UDuteronomi 32:11

Njengokhozi olu nyakazisa isidleke salo , lubhakuza phezu kwamazinyane alo, wawelula amaphiko akhe, wabathatha, wabathwala ngezimpaphe zakhe.

UHabakuki 1:8

Amahhashi aso anejubane kunezingwe , anonya kunezimpisi zakusihlwa ; abamahhashi baso bayaqinisela; yebo, bavela kude abamahhashi baso , bandiza njengokhozi oluphuthuma ukudla.

UJeremiya 48:40

Ngokuba usho kanje uJehova , uthi: Bheka, uyandiza njengokhozi, elulele amaphiko akhe kuMowabi.

UJeremiya 49:16

Ukwesabeka kwakho kukudukisile, ukuziqhenya kwenhliziyo yakho, wena ohlezi emifantwini yamawa ubambe isiqongo sentaba ; noma wakha isidleke sakho njengokhozi, ngiyakukwehlisa khona, usho uJehova.

UJobe 9:26

Itshuza njengomkhunjana womhlanga , njengokhozi olutheleka empangweni.