"nobumnyama"
11 occurrences in ZUL
Maningaboshelwa ejokeni linye nabangakholwayo , ngokuba kunakuhlanganyela kuni ukulunga nokungalungi na ? Kunabudlelwane buni ukukhanya nobumnyama na?
Amafu nobumnyama kuyamphahla ; ukulunga nokwahlulela kuyisisekelo sesihlalo sakhe sobukhosi.
sekuhwelela kusihlwa, esigayegayeni sobusuku nobumnyama.
Bheka, isandla seNkosi siphezu kwakho manje . Uzakuba yimpumputhe , kube yisikhathi ungaliboni ilanga . Kwase kumfikela khona lapho ukufiphala nobumnyama, wahamba efuna abazakumhola ngesandla.
Yafika phakathi kwempi yaseGibithe nempi yakwa-Israyeli; kwakukhona ifu nobumnyama, noma ikhanya ebusuku , ukuze izimpi zingakwazi ukusondelana ubusuku bonke.
Bayakubheka nasemhlabeni ; bheka, nakho ukuhlupheka , nobumnyama, nokuhwelela kosizi; yebo, bayakuxoshelwa esigayegayeni.
zibuse imini nobusuku, zahlukanise ukukhanya nobumnyama. UNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.
UNkulunkulu wabona ukukhanya ukuthi kuhle ; uNkulunkulu wahlukanisa ukukhanya nobumnyama.
Ubusuku babenza imini, bathi: Ukukhanya kuseduze nobumnyama.
Iphi indlela eya lapho kuhlala khona ukukhanya , nobumnyama-ke, iphi indawo yabo,
Emini bahlangana nobumnyama, baphumputha emini njengasebusuku.