Skip to Content

"nogu"

5 occurrences in ZUL

UJeremiya 47:7

Ingathula kanjani, lapho iyalezwe nguJehova , na? Uyinqumele i-Ashikeloni nogu lolwandle.

UJoshuwa 13:23

Umkhawulo wabantwana bakwaRubeni wawuyiJordani nogu lwalo . Lelo laliyifa labantwana bakwaRubeni ngemindeni yabo, imizi nemizana yabo.

UJoshuwa 13:27

nasesigodini: iBeti Haramu , neBeti Nimra , neSukoti, neSafoni, insali yombuso kaSihoni inkosi yaseHeshiboni , iJordani nogu lwalo , kuze kufike ekupheleni kolwandle lwaseKinereti phesheya kweJordani ngasempumalanga.

UJoshuwa 15:12

Umkhawulo wasentshonalanga wawuluLwandle Olukhulu nogu lwalo . Lokho kungumkhawulo wabantwana bakwaJuda nxazonke ngemindeni yabo.

UJoshuwa 15:47

I-Ashidodi nemizi yalo nemizana yal o; iGaza nemizi yalo nemizana yalo , kuze kufike emfuleni waseGibithe, naseLwandle Olukhulu nogu lwalo.