"nokugcina"
8 occurrences in ZUL
Inkosi yema ngasensikeni , yenza isivumelwano phambi kukaJehova ukumlandela uJehova nokugcina imiyalo yakhe , nobufakazi bakhe, nezimiso zakhe ngenhlizi yo yonke nangomphefumulo wonke ukuqinisa amazwi alesi sivumelwano alotshwe kule ncwadi; bonke abantu basivuma isivumelwano.
Inkosi yema endaweni yayo , yenza isivumelwano phambi kukaJehova ukumlandela uJehova nokugcina imiyalo yakhe , nobufakazi bakhe, nezimiso zakhe ngayo yonke inhl iziyo yayo nangawo wonke umphefumulo wayo ukuba iwenze amazwi esivumelwano ayelotshwe kule ncwadi.
Wayesethi kimi: Sekwenzekile. Ngingu-Alfa no-Omega, ukuqala nokugcina. Owomileyo ngiyakumphuzisa ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.
uphakamise lesi saga n genkosi yaseBabele , uthi: Yeka ukuphela komcindezeli nokugcina kokubhensa!
Ngokuba uma nigcina nokugcina yonke le miyalo enginiyala ngayo ukuba niyenze, nimthande uJehova uNkulu nkulu wenu , nihambe ngazo zonke izindlela zakhe, ninamathele kuye,
Niyakugcina nokugcina imiyalo kaJehova uNkulunkulu wenu , nobufakazi bakhe, nezimiso zakhe akuyale ngakho.
Ukuqala kwakho sekuyakuba ngokuncane , nokugcina kwakho kube ngokukhulu kakhulu.
Ukuqala kwamazwi omlomo waso angubuwula , nokugcina kokukhuluma kwaso kungubuhlanya obubi.