"nomakhelwane"
9 occurrences in ZUL
Mela indaba yakho nomakhelwane wakho , ungambuli imfihlakalo yomunye,
Ngakho lahlani amanga, nikhulume iqiniso, yilowo nalowo nomakhelwane wakhe, lokhu singamalungu omunye komunye.
Saphendula sathi : Woyithanda iNko si uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho , nangawo wonke umphefumulo wakho , nangawo onke amandla akho , nangayo yonke ingqondo yakho , nomakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.
uma abomuzi bengalaneli iwundlu , wolithatha nomakhelwane wakhe oseduze nomuzi wakhe njengenani labantu ; kulelo nalelo wundlu anobala inani elithile njengokudla kwalowo nalowo muntu.
Uma benendaba, beza kimi; ngiyahlulela phakathi komuntu nomakhelwane wakhe, ngibazise izimiso zikaNkulunkulu nemithetho yakhe.
Ngiyakuvusa abaseGibith e ukuba bamelane nabaseGibithe, balwe, kube yilowo nalowo nomfowabo , kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe , umuzi nomuzi, umbuso nombuso.
Abantu bayakucindezelana , kube yilowo nalowo , yebo, yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; abantwana bayakubhensela abadala, nabadelelekileyo abanodumo.
njengomuntu oya ehlathini nomakhelwane wakhe ukugawula imithi, isandla sakhe bese sigalela ngezembe ukunquma umuthi , insimbi iphunyuke emphinini, imshaye umakhelwane wakhe aze afe , lowo uyakubalekela komunye wale mizi aze aphile,
Ngokuba uma nizilungisa nokuzilungisa izindlela zenu nezenzo zenu , uma nenza ukwahlulela impela phakathi komuntu nomakhelwane wakhe,