"nomanase"
7 occurrences in ZUL
EJerusalema kwahlala kubantwana bakwaJuda , nakubantwana bakwaBenjamini, nakubantwana bakwa-Efrayimi noManase:
UHezekiya wathumela kuye wonke u -Israyeli noJuda, walobela o-Efrayimi noManase izincwadi ukuba beze endlini kaJehova eJerusalema , bamenzele uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli iphasika.
Vusa amandla akho phambi kuka -Efrayimi noBenjamini noManase , uze ukusisindisa.
Kumadodana kaPhahati Mowabi : ngo-Adina, noKhelali, noBenaya, noMahaseya, noMathaniya, noBesaleli, noBinuwi, noManase.
Kumadodana kaHashumi : ngoMathenayi, noMathatha, noZabadi, no- Elifeleti, noJeremayi, noManase, noShimeyi.
UJosefa wayesebathatha bobabili , u-Efrayimi ngesokunene , engakwesokhohlo sika -Israyeli, noManase ngesokhohlo , engakwesokunene sika-Israyeli, wabasondeza kuye.
Manje amadodana akho amabili owazalelwa wona ezweni laseGibithe , ngingakafiki kuwe eGibithe , angawami; o-Efrayimi noManase njengoRubeni noSimeyoni bazakuba ngabami.