Skip to Content

"nombusi"

9 occurrences in ZUL

1 iziKronike 27:4

Phezu kwesigaba senyanga yesibili kwakunguDodayi umAhohi nesigaba sakhe; kwakukhona nombusi uMikiloti ; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

2 kaPetru 2:1

Kepha kwavela nabaprofethi bamanga phakathi kwesizwe , njengokuba nakinina kuzakuba khona abafundisi bamanga abazakungenisa ngasese izifundiso zamanga ezibhubhisayo , bephika noMbusi owabathengayo, bezilethela ukubhujiswa okusheshayo;

IsAmbulo 17:14

Ayakulwa neWundlu , neWundlu liyakuwanqoba , ngokuba liyiNkosi yamakhosi noMbusi wababusi , nabakanye nalo , ababiziweyo, nabakhethiweyo, nabathembekileyo.

IsAmbulo 19:16

Unegama lilotshiwe engutsheni yakhe nasethangeni lakhe elithi : INKOSI YAmaKhosi NOMBUSI WABABUSI

IsAmbulo 1:5

nakuJesu Kristu ufakazi othembekayo, izibulo labafileyo nombusi wamakhosi omhlaba . Kuye osithandayo nowasikhululayo ezonweni zethu ngegazi lakhe

IzAga 23:1

Lapho uhlezi ekudleni nombusi, qonda nokuqonda ophambi kwakho,

IzEnzo 26:30

Inkosi yayisisukuma nombusi noBernike kanye nababehlezi nabo;

UGenesise 45:8

Kalokhu akuyinina enangithuma lapha, kepha uNkulunkulu; ungibeke uyise kaFaro, nenkosi yendlu yakhe yonke, nombusi wezwe lonke laseGibithe.

UJeremiya 30:21

Isikhulu sakhe siyakuba ngesiphuma kuye , nombusi wakhe uyakuvela phakathi kwakhe ; ngiyakumsondeza, asondele kimi , ngokuba ngubani oke waba nesibindi sokusondela kimi na? usho uJehova.