Skip to Content

"okufaneleyo"

7 occurrences in ZUL

1 kuThimothewu 5:4

Kepha uma umfelokazi enabantwana noma enabazukulwane , labo-ke mabafunde kuqala ukuhlonipha indlu yakwabo , babuyisele okufaneleyo kubazali babo, ngokuba kuyabongeka lokho phambi kukaNkulunkulu.

AmaHubo 82:3

Yahlulelani ompofu nentandane, nimenzele okufaneleyo olusizi noswelayo.

KuFilemoni 1:8

Ngalokho noma nginesibindi esikhulu kuKristu sokuba ngikuyale ngakho okufaneleyo,

NgokukaMathewu 20:4

nakubo wathi: Yanini nani esivinini; ngiyakuninika okufaneleyo.

UHezekeli 33:14

Lapho ngithi komubi : U yakufa nokufa , yena abesephenduka kodwa esonweni sakhe, enze okufaneleyo nokulungileyo,

UHezekeli 33:16

Akayikukhunjulelwa nesisodwa sezon o zakhe azenzileyo; wenzile okufaneleyo nokulungileyo; uyakuphila nokuphila.

UHezekeli 33:19

Nalapho omubi ebuya ebubini bakhe , enze okufaneleyo nokulungileyo , uyakuphila ngakho.