"ongasho"
6 occurrences in ZUL
2 uSamuweli 16:10
Yathi inkosi: Nginamsebenzi muni nani madodana kaSeruya . Njengokuba ethuka, lokhu uJehova eshilo futhi kuye ukuthi : Thuka uDavide , ngubani ongasho ukuthi: Ukwenzeleni lokho na?
IzAga 20:9
Ngubani ongasho ukuthi : Ngihlanzile inhliziyo yami , sengihlambulukile ezonweni zami, na?
IzAga 30:16
indawo yabafileyo, nesizalo esiyinyumba, nomhlaba ongasuthi ngamanzi , nomlilo ongasho ukuthi: Kwanele!
UJobe 36:23
Ngubani ommisele indlela yakhe na ? Ngubani ongasho ukuthi : Wenzile okubi, na?
UJobe 9:12
Bheka, uyabamba; ngubani ongamkhalima na ? Ngubani ongasho kuye ukuthi: Wenzani na?
UmShumayeli 8:4
Ngokuba izwi lenkosi liyabusa; ngubani ongasho kuyo ukuthi: Wenzani na?