"ongenalwazi"
5 occurrences in ZUL
IzAga 14:15
Ongenalwazi uyakholwa ngamazwi onke , kepha oqondileyo uyaqaphela ukunyathela kwakhe.
IzAga 19:25
Shaya isideleli , ongenalwazi uyakuthola ukuqonda ; sola oqondileyo , uyakuqonda ukwazi.
IzAga 21:11
Lapho isideleli sihlawuliswa , ongenalwazi uyahlakanipha , nalapho ohlakaniphileyo efundiswa, uyathola ukwazi.
IzAga 9:16
Ongenalwazi makaphambukele lapha, kongenangqondo uthi:
IzAga 9:4
Ongenalwazi makaphambukele lapha, kongenangqondo kuthi: