"ovivinya"
4 occurrences in ZUL
1 kwabaseThesalonika 2:4
kepha njengokuba sivunyiwe nguNkulunkulu ukuba siphathiswe ivangeli , siyakhuluma ngokunjalo, singenzeli ukuthokozisa abantu kepha uNkulunkulu ovivinya izinhliziyo zethu.
IzAga 17:3
Ukhamba lokuncibilikisela lungolwesiliva , nesithando ngesegolide , kepha ovivinya izinhliziyo nguJehova.
UJeremiya 11:20
Jehova Sebawoti , mahluleli olungileyo , ovivinya izinso nenhliziyo , mangibone ukuphindisela kwakho kubo , ngokuba n gibonakalisile indaba yami kuwe.
UJeremiya 20:12
Kepha, Jehova Sebawoti , ovivinya olungileyo , obona izinso nenhliziyo , mangibone ukuphindisela kwakho kubo , ngokuba ngikwambulele indaba yami.