"ovuma"
4 occurrences in ZUL
1 kaJohane 2:23
Yilowo nalowo ophika iNdodana akanaye uYise ; ovuma iNdodana unaye noYise.
1 kaJohane 4:15
Lowo ovuma ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu, uNkulunkulu uhlala kuye, naye kuNkulunkulu.
NgokukaJohane 9:22
Abazali bakhe basho lokho , ngokuba besaba abaJuda . Ngokuba abaJuda base bevumelene ngokuthi, uma ekhona ovuma ukuba unguKristu, kakhishwe esinagogeni.
ULevitikusi 16:26
Ovuma ukuba impongo iye ku -Azazeli uyakuhlanza izingub o zakhe, ageze umzimba wakhe ngamanzi, andukuba angene ekamu.