Skip to Content

"owayeyinhloko"

3 occurrences in ZUL

1 iziKronike 12:18

Kwase kwehla umoya phezu kuka -Amasayi owayeyinhloko yabangamashumi amathathu, wathi: Singabakho thina, Davide, sinawe, wena ndodana kaJese ; ukuthula, ukuthula makube nawe , ukuthula makube nabakusizayo, ngokuba uNkulunkulu wakho uyakusiza . Wayesebamukela uDavide, wabenza izinhloko zeviyo.

1 iziKronike 23:16

Amadodana kaGereshomu: nguShebuweli owayeyinhloko.

UNumeri 25:15

Igama lowesifazane wakwaMidiyani owabulawa lalinguKozibi indodakazi kaSuri owayeyinhloko yabantu bendlu kayise kwaMidiyani.