"oyithandayo"
3 occurrences in ZUL
IzAga 13:24
Oyeka uswazi uyazonda indodana yakhe , kepha oyithandayo uyayilaya ngesineke.
UDuteronomi 14:26
uthenge ngaleyo mali noma intoni umphefumulo wakho oyithandayo , izinkabi, noma izimvu, noma iwayini , noma uphuzo olunamandla , noma intoni umphefumulo wakho oyifunayo , udle khona phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho, wename, wena nabendlu yakho;
UGenesise 22:2
Wayesethi: Thatha manje indodana yakho eyodwa oyithandayo, u-Isaka, uye ezweni laseMoriya , unikele khona ngaye abe ngumnikelo wokushiswa entabeni ethile engizakukutshela yona.