"sesine"
6 occurrences in ZUL
Yilelo izwi likaJehova alikhuluma kuJehu ngokuthi: Amadodana akho kuze kube sesizukulwaneni sesine ayakuhlala esihlalweni sakwa -Israyeli. Kwaba njalo.
Isidalwa sokuqala sasifana nengonyama , nesidalwa sesibili sasifana nethole , nesidalwa sesith athu sasinobuso obunjengobomuntu , nesidalwa sesine sasifana nokhozi olundizayo.
Nalapho livula uphawu lwesine, ngezwa izwi lesidalwa sesine sithi: Woza!
Wayesethi: Isilo sesine siyakuba ngumbuso wesine emhlabeni , oyakwahluka kuyo yonke imibuso , udle wonke umhlaba , uwunyathele, uwaphule.
Emva kwalokho ngabona emibonweni ebusuku ; bheka, isilo sesine , esesabekayo, sinamandla, siqinile kakhulu; sasinamazinyo amakhulu ensimbi, sadla, saphula, sanyathela okuseleyo ngezinyawo zaso ; sahlukile kuzo zonke izilo ezazingaphambi kwaso; sasinezimpondo eziyishumi.
Esizukulwaneni sesine iyakubuyela lapha , ngokuba ububi bama -Amori abukapheleli.