"udadewethu"
7 occurrences in ZUL
Wayesethi uJonadaba kuye: Lala embhedeni wakho, uzishaye ogulayo; lapho eseza uyihlo ukukubona, uthi kuye: Ake kuze uTamari udadewethu , angiphe ukudla, akulungise ukudla emehlweni ami ukuba ngikubone , ngikudle esandleni sakhe.
Wayeselala phansi u-Amnoni, wazishaya ogulayo; isifikile inkosi ukumbona, u-Amnoni wathi enkosini : Ake kuze uTamari udadewethu , enze amaqebelengwane amabili phambi kwami ukuba ngidle esandleni sakhe.
naku-Apifiya udadewethu , naku-Arkiphu, ibutho kanye nathi , nakulo ibandla elisendlini yakho:
Ngiyamncoma kini uFebe, udadewethu oyisikhonzi sebandla laseKenikreya,
Kepha uMarta ekhathazekile ukusebenza okuningi waya kuye, wathi: Nkosi, awukhathaleli ukuthi udadewethu ungishiyile , ngisebenze ngedwa, na? Ngakho yisho kuye ukuba angisize.
athi kubo : Asinakwenza lokhu , ukunika udadewethu kumuntu ongasokwanga, ngokuba lokho kuyihlazo kithina.
Base bethi: Ngabe bemenza udadewethu isifebe na?