"ujayeli"
4 occurrences in ZUL
UJayeli waphuma ukumhlan gabeza uSisera, wathi kuye: Phambuka, nkosi yami; phambukela kimi , ungesabi. Waphambukela kuye etendeni , wamembesa ingubo.
UJayeli umkaHebere wayesethatha isikhonkwane setende, waphatha isando ngesandla, wanyonyobela kuye , wambethela esikhaleni sendlebe ngesikhonkwane, sagqobhoza, saphumela emhlabathini , ngokuba wayelele ubuthongo obukhulu ediniwe; wafa kanjalo.
Bheka, uBaraki esamxosha uSisera , uJayeli waphuma ukumhlangabeza , wathi kuye : Woza, ngikubonise omfunayo . Waya kuye ; bheka, uSisera wayelele efile, isikhonkwane sisesikhaleni sendlebe yakhe.
Uyakubusiswa phezu kwabesifazan e uJayeli umkaHebere umKheni , abusiswe phezu kwabesifazane basematendeni.