"ukhulelwe"
4 occurrences in ZUL
AmaHubo 7:14
Unemihelo ngobubi; ukhulelwe ngukona, uzala amanga.
NgokukaLuka 1:36
Bheka, u-Elisabethe isihlobo sakho naye ukhulelwe indodana esemdala ; lena ngeyesithupha yakhe obethiwa inyumba.
UGenesise 16:4
Wangena kuHagari ; wakhulelwa. Esebonile ukuthi ukhulelwe , inkosikazi yakhe yadeleleka emehlweni akhe.
UGenesise 38:24
Kwathi emva kwezinyanga ezintathu uJuda watshelwa ukuthi : UTamari umalokazana wakho ufebile ; bheka, futhi ukhulelwe ngokufeba kwakhe . UJuda wathi: Mletheni, ashiswe.