Skip to Content

"ukuphefumula"

8 occurrences in ZUL

1 AmaKhosi 17:17

Kwathi emva kwalokho indodana yalowo mfelokazi , umnikazindlu, yagula; ukugula kwayo kwaba namandla kangaka ngangokuba yayingasenakho ukuphefumula.

U-Isaya 2:22

Bayekeni abantu okusemakhaleni abo kukhona ukuphefumula nje , ngokuba babalwa njengantoni na?

U-Isaya 30:28

ukuphefumula kwakhe kunjengomfula okhukhulayo , uze ufinyelele entanyeni, ukuhlunga izizwe ngesihlungo sokubhubh isa; itomu elidukisayo liyakuba semihlathini yezizwe.

U-Isaya 33:11

Niyakukhulelwa yizikhotha ezomileyo , nizale amabibi ; ukuphefumula kwenu kungumlilo oniqothulayo.

U-Isaya 57:13

Ekukhaleni kwakho izixuku zezithombe zakho mazikop hule, kepha umoya uzakuzisusa zonke, ukuphefumula kuzithathe; kodwa othemba kimi uzakudla ifa lezwe, adle nefa lentaba yami engcwele.

UJobe 27:3

kusekhona ukuphefumula kimi, nomoya kaNkulunkulu usemakhaleni ami,

UJobe 32:8

Nokho kukhona umoya kumuntu ; ukuphefumula kukaSomandla kuyabaqondisa.

UJobe 41:21

Ukuphefumula kwakhe kokhela amalahle , nelangabi liphuma emlonyeni wakhe.