Skip to Content

"ukuthola"

8 occurrences in ZUL

2 AmaKhosi 18:24

Pho, ungaphindisela emuva kanjani nenduna eyodwa ezincekwini ezincane zenkosi yami na ? Nokho wethemba iGibithe ukuthola khona izinqola nabamahhashi.

IzAga 21:6

Ukuthola ingcebo ngolimi lwamang a kuyize elizulazuliswa , nezingibe zokufa.

U-Eksodusi 7:24

AbaseGibithe bemba nxazonke zomfula ukuthola amanzi okuphuza , ngokuba babengenakuphuza amanzi asemfuleni.

U-Isaya 36:9

Pho, ungaphindisela emuva kanjani ne nduna eyodwa ezincekwini ezincane zenkosi yami na ? Nokho wethemba iGibithe ukuthola khona izinqola nabamahhashi.

UDaniyeli 6:4

Khona abongameli nezikhulu base befuna ukuthola utho ngoDaniyeli oluqondene nombuso, kepha abatholanga lutho nacala kuye , ngokuba wayethembekile; akutholwanga siphosiso nacala kuye.

UJeremiya 31:2

Usho kanje uJehova , uthi: Abantu abasele enkembeni bafumana umusa ehlane, lapho u-Israyeli eya khona ukuthola ukuphumula kwakhe.

UJeremiya 37:12

uJeremiya waphuma eJerusalema ukuba aye ezweni lakwaBenjamini ukuthola khona isabelo sakhe phakathi kwabantu.

UmShumayeli 12:10

UMshumayeli wafuna ukuthola amazwi anamisayo afanele ukulotshwa , amazwi eqiniso.