"umkajerobowamu"
3 occurrences in ZUL
1 AmaKhosi 14:17
UmkaJerobowamu wayesesuka wahamba , wafika eTirisa ; esefike embundwini wendlu, umntwana wafa.
1 AmaKhosi 14:4
UmkaJerobowamu w enze njalo ; wasuka, waya eShilo , wafika endlini ka - Ahiya. U-Ahiya wayengenakubona , ngokuba amehlo akhe ayequndekile ngenxa yobudala bakhe.
1 AmaKhosi 14:5
UJehova wayeshilo ku-Ahiya, ethi: Bheka, umkaJerobowamu uyeza ukubuza kuwe ngendodana yakhe , ngokuba iyagula ; womphendula ngokuthi nangokuthi, ngokuba kuyakuthi ekungeneni kwakhe azishaye omunye umuntu.