"ungambuli"
12 occurrences in ZUL
Mela indaba yakho nomakhelwane wakho , ungambuli imfihlakalo yomunye,
Ungambuli ubunqunu bendodakazi yendodana yakho n oma obendodakazi yendodakazi yakho ; awuyikwambula ubunqunu babo , ngokuba obabo bungubunqunu bakho.
Ungambuli ubunqunu bendodakazi yomkayihlo , ezelwe nguyihlo ; ungudadewenu; awuyikwambula ubunqunu bakhe.
Ungambuli ubunqunu bukadadewabo kayihlo; uyisihlobo sikayihlo.
Ungambuli ubunqunu bukadadewabo kanyoko , ngokuba uyisihlobo sikanyoko.
Ungambuli ubunqunu bomfowabo kayihlo , ungasondeli kumkakhe ; unguyihlokazi.
Ungambuli ubunqunu bukamalokazana wakho ; ungumkandodana yakho; awuyikwambula ubunqunu bakhe.
Ungambuli ubunqunu bomkamfowenu; kungubunqunu bomfowenu.
Ungambuli ubunqunu bowesifazane kanye nobendodakazi yakhe ; ungathathi indodakazi yendodana yakhe , noma indodakazi yendodakazi yakhe ukwambula ubunqunu bayo, ngokuba bayizihlobo; kungukonakala.
Ubunqunu bukayihlo , ubunqunu bukanyoko , ungabambuli, ungunyoko; ungambuli ubunqunu bakhe.
Ungambuli ubunqunu bukadadewenu, indodakazi kayihlo noma indodakazi kanyoko, noma ezelwe kini , noma ezelwe kwelinye ; ungambuli ubunqunu babo.
Ungambuli ubunqunu bukadadewabo kanyoko , noma obukadadewabo kayihlo, ngokuba unqunisile isihlobo sakhe; bayakuthwala ububi babo.