"ungathokozi"
5 occurrences in ZUL
Ungathokozi ngokuwa kwesitha sakho , nenhliziyo yakho mayingajabuli ngokukhubeka kwaso,
Ungathokozi wena Filistiya lonk e ngokuthi intonga ekushayileyo yaphukile, ngokuba empandeni yenyoka kuyakuphuma ibululu , nenzalo yalo iyakuba yinyoka endizayo.
Kepha ungabheki usuku lomfowenu ngosuku lobufokazi bakhe , ungathokozi ngabantwana bak waJuda ngosuku lokuchithwa kwabo , ungaqhalazi ngosuku losizi.
Kepha uma ungathokozi ngaye , womyeka ukuba ahambe , aye lapho ethanda khona ; kodwa awuyikuthengisa ngaye neze ngemali , ungamphathi njengesigqila, ngokuba usumonile. Ifa lobuzibulo
Ungathokozi ngami, sitha sami; ngokuba uma ngiwile , ngiyakuvuka; lapho ngihlezi ebumnyameni, uJehova uzakuba ngukukhanya kwami.