"ustefanu"
5 occurrences in ZUL
IzEnzo 6:5
Leli zwi laba lihle kulo lonke ibandla ; base bekhetha uStefanu , umuntu owayegcwele ukukholwa noMoya oNgcwele , noFiliphu, noProkhoro, noNikanori, noThimoni, noPharmena, noNikolawu, iproselite lase-Antiyokiya,
IzEnzo 6:7
Izwi likaNkulunkulu landa , umumo wabafundi wakhula eJer usalema, nesixuku esikhulu sabapristi salalela inkolo. UStefanu umangalelwa emphakathini
IzEnzo 6:8
Kepha uStefanu egcwele umusa namandla wenza izimangaliso nezibonakaliso ezinkulu phakathi kwabantu.
IzEnzo 7:59
UStefanu bamkhanda ngamatshe ekhuleka et hi: Nkosi Jesu , yamukela umoya wami.
IzEnzo 8:2
Amadoda akholwayo ammbela uStefanu, amkhalela isililo esikhulu.