"uthokoza"
4 occurrences in ZUL
NgokukaJohane 3:29
Onomlobokazi ungumyeni , kepha umhlobo womyeni omiyo emuzwa uthokoza nokuthokoza ngezwi lomyeni. Le ntokozo yami isiphelele.
NgokukaMathewu 18:13
Athi uma eyithola , ngiqinisile ng ithi kini , uthokoza ngayo kakhulu kunangezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye ezingadukanga.
UHezekeli 35:14
Isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Lapho uthokoza umhlaba wonke , ngiyakukwenza incithakalo.
UMalaki 2:17
Nimkhathazile uJehova ngamazwi enu . Nokho nithi: Simkhathaze kanjani? Ngokusho ukuthi : Bonke abenza okubi bahle emehlweni kaJehova ; yena uthokoza ngabo, noma: Uphi uNkulunkulu wokwahlulela na?