"uyakuthokoza"
5 occurrences in ZUL
Intukuthelo kaJehova yamvuthela uMose ; wathi: Akakho umfowenu u- Aroni, umLevi, na? Ngiyazi ukuthi ukhuluma kahle yena . Futhi bheka , uyaphuma ukukuhlangabeza; nalapho ekubona , uyakuthokoza enhliziyweni yakhe.
Uyakuwahlakaza, umoya uwasuse , isivunguvungu siwachithe ; wena uyakuthokoza ngoJehova, uzibonge ngoNgcwele ka-Israyeli.
Ngokuba njengensizwa iganwa yintombi , kanjalo amadodana akho ayakuganwa nguwe ; nanjengokuthokoza komyeni ngomakoti wakh e uNkulunkulu wakho uyakuthokoza ngawe.
ngokuba lapho uyakuthokoza ngoSomandla , uphakamisele kuNkulunkulu ubuso bakho.
Uyakuthokoza ngoSomandla, ambize uNkulunkulu ngezikhathi zonke, na?