"uyakuzala"
4 occurrences in ZUL
UDuteronomi 28:41
Uyakuzala amadodana namadodakazi , kepha awayikuba ngawakho , ngokuba ayakuthunjwa.
UDuteronomi 4:25
Nxa uyakuzala abantwana nabantwana babantwana , nanxa senihlale isikhathi eside ezweni , none, nenze izithombe ezibaziweyo ngomfanekiso wento e thile, nenze okubi emehlweni kaJehova uNkulunkulu wakho , nimthukuthelise,
UGenesise 16:11
Ingelosi kaJehova yathi kuye: Bheka, usukhulelwe; uyakuzala indodana , uyiqambe igama lokuthi u -Ishmayeli, ngokuba uJehova uzwile ukuhlupheka kwakho.
UGenesise 17:17
U-Abrahama wayesewa ngobuso bakhe , wahleka, wathi enhliziyweni yakhe: Oneminyaka eyikhulu uyakuzalelwa na ? USara oneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye uyakuzala na?