"uyakwamukwa"
4 occurrences in ZUL
NgokukaLuka 8:18
Ngakho-ke anobheka ukuba nizwa kanjani ; ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa ; kepha lowo ongenakho uyakwamukwa nalokho athi unakho. Izihlobo eziyizo zikaJesu (Math. 12:46; Mark. 3:31)
NgokukaMarku 4:25
Ngokuba onakho uyakuphiwa ; kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.
NgokukaMathewu 13:12
Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa , kuvame; kodwa lowo ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.
NgokukaMathewu 25:29
Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa , avame; kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.