"uyakwandisa"
4 occurrences in ZUL
1 iziKronike 27:23
Kepha uDavide akabalanga umumo waba neminyaka engamashumi amabili nabangaphansi, ngokuba uJehova wayeshilo ukuthi uyakwandisa u -Israyeli ukuba abe ngangezinkanyezi zezulu.
AmaHubo 119:32
Ngiyakugijima ngendlela yemiyalo yakho , ngokuba uyakwandisa inhliziyo yami.
U-Isaya 9:3
Uyakwandisa isizwe , ukhulise intokozo yaso ; bathokoza phambi kwakh o njengokuthokoza ekuvuneni , njengalokhu abantu bethokoza ekwabeleni kwabo impango.
ULevitikusi 25:16
Ngobuningi beminyaka uyakwandisa intengo y alo nangobuncane beminyaka uyakunciphisa intengo yalo ; ngokuba uthengisa kuwe ngenani lezithelo.