"uyangamukela"
4 occurrences in ZUL
NgokukaLuka 9:48
wathi kubo : Yilowo nalowo oyakwamukela lo mntwana ngegama lami uyangamukela mina , ongamukela mina uyamamukela ongit humileyo; ngokuba omncinyane kini nonke nguye omkhulu.
NgokukaMarku 9:37
Yilowo nalowo oyakwam ukela abe munye kubantwana abanje ngegama lami uyangamukela mina , ongamukela mina akamukeli mina kodwa ongithumileyo.
NgokukaMathewu 10:40
Onamukela nina uyangamukela mina ; ongamukela mina uyamamukela ongithumileyo.
NgokukaMathewu 18:5
Nalowo oyakwamukela umntwana onje abe munye ngegama lami uyangamukela mina.