Skip to Content

"uyaziwa"

5 occurrences in ZUL

1 kwabaseKorinte 8:3

kepha uma umuntu ethanda uNkulunkulu, yena uyaziwa nguye.

1 uSamuweli 22:6

USawule wezwa ukuthi uDavide uyaziwa nabantu ababe naye ; uSawule wayehlezi eGibeya phansi komtamariske egqumeni ephethe umkhonto esandleni sakhe, zonke izinceku zimi ngakuye.

AmaHubo 48:3

UNkulunkulu uyaziwa ezindlini zawo zobukhosi ukuthi uyinqaba.

AmaHubo 76:1

UNkulunkulu uyaziwa kwaJuda, igama lakhe likhulu kwa-Israyeli.

IzAga 20:11

Naye umntwana uyaziwa ngezenzo zakhe , uma isenzo sakhe sihlanzekile , noma siqotho.