Skip to Content

"wababala"

5 occurrences in ZUL

1 uSamuweli 11:8

Wababala eBezeki ; abantwana bakwa -Israyeli babe yizinkulungwane ezingamakhulu amathathu , nabantu bakwaJuda babe yizinkulungwane ezingamashumi amathathu.

1 uSamuweli 15:4

USawule wayesebiza abantu , wababala eThelayimi , izinkulungwane ezingamakhulu amabili zemigundatshani nezinkulungwane eziyishumi zabantu bakwaJuda.

2 iziKronike 25:5

Futhi u-Amasiya wabutha uJuda, wabamisa ngokwezindlu zawoyise phansi kwezinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu , oJuda wonke noBenjamini; wababala kusukela kwabaneminyaka en gamashumi amabili kuya phezulu , wabafumana beyizinkulungwane ezingamakhulu amathathu abakhethekileyo abangaphuma impi nabangaphatha umkhonto nesihlangu.

UNumeri 1:19

Njengalokho uJehova eyalile uMose, wababala kanjalo ehlane laseSinayi.

UNumeri 3:16

UMose wababala njengezwi likaJehova, njengalokho wayalwa.