Skip to Content

"wakunikela"

4 occurrences in ZUL

1 AmaKhosi 15:18

U-Asa wayesethatha lonke isiliva negolide elalisele engcebeni yendlu kaJehova nengcebo yendlu yenkosi , wakunikela ezandleni zezinceku zakhe ; inkosi u -Asa yazithuma kuBeni Hadadi indodana kaTabirimoni kaHeziyoni , inkosi yase-Aramu, owayehlala eDamaseku, yathi:

1 kaPetru 2:23

owathi ethukwa , akaphindisanga athuke; ehlushwa akasongelanga kepha wakunikela kuye owahlulela ngokulunga;

2 AmaKhosi 5:23

UNahamani wathi: Vuma, wamukele amatalenta amabili . Wamncengisisa, wabopha amatalenta amabili esil iva ezinqalathini ezimbili kanye nezingubo ezimbili zokuphendulela, wakunikela ezincekwini zakhe ezimbili; zakuthwala phambi kwakhe.

AbAhluleli 6:19

UGideyoni wangena , walungisa izinyane lembuzi namaqebelengwane angenamvubelo e -efa lempuphu ; wayibeka inyama eqomeni , wawuthela umhluzi ekhanzini, wakukhiphela kuye phansi kwe-oki, wakunikela.