"wanameka"
6 occurrences in ZUL
Wanameka-ke yonke indlu ngegolide, yaze yaphelela indlu yonke; ne-altare lonke elalisegumbini walinameka ngegolide.
Naphansi endlini wanameka ngegolide, ngaphakathi nangaphandle.
Wanameka nendlu, nemishayo, nemibundu, nezindonga zayo, neminyango yayo ngegolide, waqopha amakherubi ezindongeni.
Wanameka amapulangwe ngegolide , wawenza amasongo awo ngegolide , abe yizindawo zezinti; wanameka nezinti ngegolide.
nezinsika zalo eziyisihlanu nezingwegwe zazo ; wanameka izihloko zazo nezibopho zazo ngegolide; izinyawo zazo eziyisihlanu zaziyithusi.
Ngamashekeli ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisikhombisa nanhlanu wenza izin gwegwe zezinsika , wanameka izihloko zazo, wazenzela izibopho.