Skip to Content

"wawabeka"

6 occurrences in ZUL

1 AmaKhosi 6:27

Wawabeka amakherubi phakathi nendlu engaphakathi; amakherubi awelula amaphiko, iphiko lelinye lathinta odongeni, nephiko lelinye ikherubi lathinta odongeni olunye; amaphiko awo athintana phakathi nendlu.

2 iziKronike 3:16

Wenza amaketanga egumbini , wawabeka ezihlokweni zezinsika ; wenza amapomegranati ayikhulu, wawabeka emaketangeni.

2 iziKronike 4:8

Wenza amatafula ayis humi, wawabeka ethempelini , ayisihlanu ngakwesokunene nayisihlanu ngakwesokhohlo . Wenza nezitsha eziyikhulu zegolide.

U-Eksodusi 18:25

UMose wakhetha amadoda an amandla phakathi kuka -Israyeli wonke , wawabeka aba yizinhloko phezu kwabantu , izinduna zezinkulungwane , nezinduma zamakhulu , nezinduna zamashumi ayisihlanu , nezinduna zamashumi.

U-Eksodusi 39:7

Wawabeka ezizibeni zengubo yamahlombe , abe ngamatshe esikhumbuzo sabantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uJehova emyalile uMose.

UGenesise 47:2

Phakathi kwabafowabo wathatha amadoda ayisihlanu , wawabeka phambi kukaFaro.