Skip to Content

"wenyusa"

3 occurrences in ZUL

2 uSamuweli 21:13

Wenyusa lapho amathambo kaSawule namathambo kaJonathani indodana yakhe; baqoqa amathambo ababephanyekiwe.

2 uSamuweli 6:12

Kwatshelwa inkosi uDavide ukuthi uJehova ubusisile indlu ka -Obede Edomi nakho konke okwakhe ngenxa yomphongolo kaNkulunkulu . UDavide wahamba wenyusa umphongolo kaNkulunkulu endlini ka -Obede Edomi , wawuyisa emzini kaDavide ngokujabula.

UJobe 36:27

Wenyusa amathonsi amanzi , abuye awathulule njengemvula enkungwini yakhe;