Skip to Content

"yamlandela"

6 occurrences in ZUL

2 uSamuweli 2:10

U-Ishi Bosheti indodana kaSawule wayeneminyaka engamashumi amane ekuqaleni kwakhe ukubusa phezu kuka -Israyeli; wabusa iminyaka emibili . Kepha indlu yakwaJuda yamlandela uDavide.

2 uSamuweli 3:16

Indoda yakhe yahamba na ye, ikhala isahamba, yamlandela kwaze kwaba seBahurimi. U-Abineri wayesethi kuyo: Buya. Yabuya-ke.

IzEnzo 16:17

Yona yamlandela uPawulu nathi, yamemeza yathi: Laba bantu bayizinceku zikaNkulunkulu oPhezukonke ezimemezela kini indlela yensindiso.

NgokukaLuka 18:43

Yayisibona khona lapho , yamlandela imdumisa uNkulunkulu , nabantu bonke bekubona bamnika uNkulunkulu indumiso.

NgokukaMarku 10:52

UJesu wathi kuyo : Hamba-ke; ukukholwa kwakho kukusindisile . Yayisibona khona lapho, yamlandela endleleni.

NgokukaMarku 14:51

Insizwa ethile yamlandela yembethe indwangu nje emzimbeni; bayibamba.