"yenyukani"
5 occurrences in ZUL
UDelila wabona ukuthi wayemtshelile yonke inhliziyo yakhe ; wathuma wawabiza amakhosi amaFilisti , wathi: Yenyukani kalokhu , ngokuba ungitshelile yonke inhliziyo yakhe . Ayesenyukela kuye amakhosi amaFilisti , aletha imali esandleni sawo.
Yenyukani nina , niye emkhosini ; mina angenyukeli manje kulo mkhosi ; ngokuba esami isikhathi asikapheleli.
Yenyukani, mahhashi, nihlanye, zinqola, aphume amaqhawe : oKushe noPhuthi ababambe izihlangu, namaLudi abambe ensala umnsalo.
UJoshuwa wayala-ke abapristi, wathi: Yenyukani eJordani.
UMose wabathuma ukuhlola izwe laseKhanani , wathi kubo : Yenyukani ngalapha, niye ngaseningizimu, nikhuphukele ezintabeni,