Skip to Content

"yeso"

6 occurrences in ZUL

AmaHubo 17:8

Ngigcine njengenhlamvu yeso, ungisithe ethunzini lamaphiko akho

IsiLilo 2:18

Izinhliziyo zabo zikhala eNkosini ; wena lugange lwendodakazi yaseSiyoni , izinyembezi mazehl e njengemifula imini nobusuku . Mawungazivumeli ukuphumula, inhlamvu yeso lakho ingayeki.

IzAga 7:2

Gcina imiyalo yami, uphile, nomthetho wami njengenhlamvu yeso lakho.

U-Eksodusi 21:26

Uma umuntu eshaya iso lesigqila sakhe noma iso lesigqilakazi sakhe , alibulale, wosikhulula ngenxa yeso laso.

UDuteronomi 32:10

Wamfumana ezweni eliyihlane , nasoqwatheni lomkhulungwane kwahlongasibi, wamzungeza, wamnakekela, wamgcina njengenhlamvu yeso lakhe.

UZakariya 2:8

Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti ongithumile ukulanda inkazimulo yakhe ezizweni ezaziniphanga ngokuba othinta nina uthinta inhlamvu yeso lakhe uthi: