"yethempeli"
12 occurrences in ZUL
Indlu yangaphambili yethempeli yayiyizingalo ezingamashumi amane.
Umpheme ngaphambili kwendlu yethempeli wawuyizingalo ezingamashumi amabili ubude baw o maqondana nobubanzi bendlu ; ububanzi bawo babuyizingalo eziyishumi ngaphambi kwendlu.
nezindebe, nezizenze, nezitsha, nezinkezo, nemicengezi yomlilo, ngegolide elicwengekileyo, nezingibe zegolide zezivalo zendlu engaphakathi , indawo engcwelengcwele, nezivalo zendlu yethempeli.
Anazi yini ukuthi abaphethe imisebenzi yethempeli badla okwethempeli nokuthi abakhonza e-altare bahlanganyela ne-altare na?
nezizenze, nezitsha, nezinkezo, nemicengezi yomlilo , ngegolide elicwengekileyo; iminyango-ke yendlu, izivalo zayo ezingaphakathi zendawo engcwelengcwele nezivalo zendlu yethempeli, zaziyigolide.
Ngenxa yethempeli lakho eJerusalema amakhosi ayakukulethela izipho.
Kepha besakhuluma kubantu , abapristi nenduna yethempeli nabaSadusi babafikela,
Kwathi ukuba induna yethempeli nabapristi abakhulu bezwe lawo mazwi , basambatheka ngawo ngokuthi kungaba yini lokho na?
Kepha lolo hlobo aluphumi ngaphandle kokuba kube ngokukhuleka nokuzila ukudla. UJesu ukhuluma futhi ngokuhlupheka kwakhe. Imali yethempeli (Mark. 9:30; Luk. 9:43)
Kwathi ukuba bafike eKapernawume , abaqoqi bemali yethempeli beza kuPetru, bathi: Umfundisi wenu akayitheli imali yethempeli na?
Uma benamahloni ngakho konke abakwenzileyo, mawubazise isimo sendlu, nokubonakala kwayo , nezindawo zayo zokuphuma , nezindawo zayo zokungena, yebo, sonke isimo sayo kanye nazo zonke izimiso zayo , nazo zonke izimo zazo kanye nayo yonke imithetho yayo , ukulobe emehlweni abo ukuba bagcine sonke isimo sayo nazo zonke izimiso zayo, bazenze. Inkonzo yethempeli elisha
Ngase ngiya endlini kaShem aya indodana kaDelaya kaMehetabeli owayezivalele. Wathi: Masihlangane endlini kaNkulunkulu phakathi kwethempeli, sivale iminyango yethempeli, ngokuba bayakufika ukukubulala, yebo, ebusuku bayakufika bakubulale.