"yizinhloko"
11 occurrences in ZUL
Amadodana kaShimeyi : ngoShelomoti, noHaziyeli, noHarana, bebathathu. Labo babe yizinhloko zawoyise bakaLadani.
noBeriya, noShema, ababe yizinhloko zezindlu zawoyise zabakhe e -Ajaloni, abaxosha abakhe eGati;
Labo babe yizinhloko zezindlu zawoyise , izinhloko ezizukulwaneni zabo , bahlala eJerusalema.
Labo babe yizinhloko zezindlu zawoyise bamaLevi , izinhloko ezizukulwaneni zabo, bahlala eJerusalema.
Kwehla abathathu kwaba yizinhloko ezingamashumi amathathu , bafika kuDavide ngesikhathi sokuvuna emhumeni wase -Adulamu; impi yamaFilisti yayimise esiGodini samaRefa.
UMose wakhetha amadoda an amandla phakathi kuka -Israyeli wonke , wawabeka aba yizinhloko phezu kwabantu , izinduna zezinkulungwane , nezinduma zamakhulu , nezinduna zamashumi ayisihlanu , nezinduna zamashumi.
Sabuza n amagama abo ukuba sikwazise , sibhale amagama abantu ababe yizinhloko zabo.
Nizithathele amadoda ahlakaniphileyo, aqondileyo, aziwayo ezizweni zenu, ngiwenze abe yizinhloko phezu kwenu.
Ngase ngithatha izinhloko zezizwe zenu , amadoda ahlakaniphileyo naziwayo, ngawenza aba yizinhloko phezu kwenu : izinduna zezinkulungwane, nezinduna zamakhulu , nezinduna zamashumi ayisihlanu , nezinduna zamashumi, neziphathimandla ezizweni zenu.
noSalu, no-Amoki, noHilikiya, noJedaya. Labo babe yizinhloko zabaprist i nezabafowabo emihleni kaJeshuwa.
Yilabo ababebizwa enhlanganweni , izikhulu zezizwe zawoyi se; babe yizinhloko zemizi yakwa-Israyeli.